Owezokuthutha uxwayisa abashayeli ngokudlala iPokemon Go emgwaqeni

2016-07-19 11:33

Durban - UMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal usuxwayise abashayeli ngokuthi ozotholakala edlala umdlalo odle ubhedu emhlabeni jikelele ebe eshayela uzobhekana ngengalo yomthe.tho

Ngokombiko wephephandaba iSolezwe lo mdlalo iPokemon Go  usuqophe umlando ngabantu abangaphezu kwabangu-21 million abawufake kumaselula abo.

OLUNYE UDABA:Kuxwayiswa abashayeli ngemvula e-KZN

IPokemon Go isebenzisa iGPS yeselula okwenza ukuba abantu baphumele emnyango balokhu befunana namaPokemon betshelwa yi-GPS. Kubikwa ukuthi lokhu sekudale ukuthi kwamanye amazwe kuqiniswe umthetho wokuthi abantu bengashayeli bebe bedlala lo mdlalo ngoba udala izingozi.

Okhulumela umnyango uNathi Sukazi uthe abantu abadlala lo mdlalo kufanele bakhumbule ukuthi ukushayela usebenzisa iselula kuwukuphula umthetho.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.