OwoZalo unukwa ngamacala abucayi

2016-05-05 13:33

Durban – Kubikwa ukuthi ulandelwa yizinkulumo umlingisi womdlalo owuchungechunge, uZalo, njengoba abantu bethi bathuka bembona kulo mdlalo ngoba uwumgulukudu.

Lo mlungisi, eligodliwe igama lakhe, sekuvele ukuthi sinamacala angaphelile esibhekene nawo njengoba sisanda kuphuma ngoshwele.

Umthombo weLANGA uthi uthuke woma ngesikhathi ubona lo mlingisi kumabonakudke njengoba ubuwazi ukuthi uboshiwe ngenxa yecala lokubamba inkunzi ehlomile ngoDisemba.

Kuthiwa lo mlingisi usolwa ngokubamba inkunzi imoto yezinkwa eMlazi.

OLUNYE UDABA: OwoZalo ubonge intombi echithe naye ubusuku esibhedlela

Ethintwa lo mlingisi uphikile ukuthi wake waboshwa nokuthi wake wabandakanyeka ezigamekweni zobugebengu.

"Ngiyacabanga ukuthi kukhona umuntu ongiphambanisa naye," esho.

Owamaphoyisa uWarrant Officer Magic Ngcobo ukuqinisekisile ukuthi likhona icala elithinta lo mlingisi, kepha lisavaliwe ngenxa yokushoda kobufakazi.

UNgcobo uthe bacela ongaba nolwazi mayelana naleli cala ukuba axhumane namaphoyisa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.