OwoZalo uzokwenza ezibukwayo ekhonsathini yakhe

2016-08-13 13:55

Durban - UDawn Thandeka King odlala indawo kaLindiwe Xulu emdlalweni kalabonakude uZalo olutshengisa ku-SABC1  uzobe eshiyelana inkundla nezimbongi ekhonsathini yakhe ezobe iseRivertown eBeerhall eThekwini kule nyanga.

NgokweSolezwe le khonsathi ebizwa nge-Up Close & Personal with Dawn Thandeka King izobe ingomhlaka-26 Agasti lo mlingisi uzobe ephumela obala ngemicabango nangezinkolelo zakhe.

OLUNYE UDABA:   OwoZalo ubonge intombi echithe naye ubusuku esibhedlela

UDawn uthando lomculo luwubizo oluqhamuke eseyisangoma.

Lo mlingisi akagcini ngokulingisi nokucula kodwa uphinde abe semkhakheni wamahlaya njengoba esebonakale ehlekisa noThenjiwe Mosley kumavideo asenkundleni yezokuxhumana iFacebook neYouTube.

Lo mlingisi useke walingisa emafilimini ambalwa, iBlack Silence, Untitled neyesihloko esithi Hleziphi. UDawn ngendlela anekhono ngayo uphinde ajike nalapha emdansweni iWaltz.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.