Oyedwa wakwaGupta ugcwele izinkalo - Umbiko

2018-02-15 18:00

Johannesburg – Abantu abathathu abasolwa ngokuba yingxenye yokukhwabanisa izimali zomkamo owaziwa ngeVrede Dairy Farm eFree State kukholakala ukuthi abekho kuleli lengabadi, kusho uMnyango wamaPhoyisa.

Okhulumela uMnyango uVuyo Mhaga ngoLwesine uthe basebenzisana neNational Prosecuting Authority ukuphenya nge-state capture.

Uthe sekukhishwe izincwadi ezingu-13 ezigunyaza ukuboshwa kwabasolwa eBloemfontein naseGoli.

UMhaga uthe abasolwa abangu-8, abavele eNkantolo kaMantshi eBloemfontein, baboshwe ngoKlebe ngoLwesithathu.  

Uthe amaphoyisa asathungatha abanye abasolwa abathathu, ababili okungabaseNdiya noyedwa waseChina, okukholakala ukuthi bangaphandle komngcele wakuleli njengamanje.

OLUNYE UDABA: Izokwethulwa ngoLwesine i-SONA

Eminye imibiko yabezindaba ithi u-Ajay Gupta ungomunye walabo abagcwele izinkalo, ekubeni ubetshele oKlebe ngoLwesithathu ukuthi uzozinikela emaphoyiseni.

Abalimi abasafufusa abangu-100 bathenjiswa izinkomo ezinhlanu umlimi ngamunye njengengxenye yokubathuthukisa, kodwa abakaze bazithole.

Ama-email aputshuka aveza ukuthi imali engu-R30m kwakhokhelwa ngayo umndeni wakwaGupta ukwenza umshado kanokusho eSun City ngo-2013 - okuyimali okuthiwa kwakumele isize abalimi.

UNgqongqoshe amaPhoyisa uFkile Mbalula uncome umsebenzi woKlebe ngokuboshwa kwabasolwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.