Uzogwetshwa ngezayo ovume awokudlwengula abalinganiselwa ku-100

2016-07-29 12:33

Lilongwe – Olahlwe amacala okunukubeza ngokocansi eMalawi, esifundeni saseNsanje, uwavumile amacala okulala nezingane ezincane nabesifazane endaweni, kubika iNyasa Times.

Umsolwa, u-Eric Aniva, ngeledlule uvumile ukuthi walala nezingane kanye nabesifazane asebekhulile abangaphezu kuka-100 ekholelwa ukuthi ubafundisa ukuba babengamakhosikazi aqotho.

Funda nalolu daba: 'Kumele aboshwe oselale namantombazane angaphezu kuka-100'

U-Aniva kukholakala ukuthi wayekhokhelwa ukuze alale namantombazanyana.

Ngemuva kokuthweswa icala ngaphansi komthetho wezokulingana ngobulili, u-Aniva uwavumile amacala kanti ugcinwe esitokisini kuze kube u-Agasti 5 lapho ezogwetswa khona.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.