Sanco igxeke ukubulawa kwekhansela le-ANC e-E Cape

2016-08-13 13:55

Johannesburg - Inhlangano iSouth African National Civic Organisation (Sanco) igxeke ukubulawa kwekhansela lamasipala le-African National Congress (ANC) nonkosikazi walo eTsolo e-Eastern Cape.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa owe-ANC nomkakhe

"Sinxusa ukuba amaphoyisa asebenze ubusuku nemini ethungatha izigilamkhuba ukuze zizoboshelwa isenzo sazo sobulwane esishiye umphakathi ushaqekile," kusho okhulumela iSanco uJabu Mahlangu ngoLwesithathu.

UMahlangu uthe kuyakhathaza ukuthi isigameko kungenzeka kuthi sihlobene nezepolitiki, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.