Sazuza okuningi kusaqeqesha uTed Dumitru - Motaung

2016-05-27 10:02

Johannesburg - Usihlalo weKaizer Chiefs uKaizer Motaung usebhonge emswaneni ngokudlula emhlabeni kukaTed Dumitru.

Lo mqeqeshi odabuka eRomania, owaqeqesha Amakhosi kusukela ngo-1985 kuya ku-1988 nango-2003 kuya ku-2005, udlule emhlabeni eneminyaka engu-76 ubudala ngoLwesine.

UDumitru wakewaqeqesha ne-Orlando Pirates, Mamelodi Sundowns kanye neBafana Bafana.

"UTed wafika okokuqala lapha ngemuva kokuqashwa yimina ukuba azoqeqesha iChiefs ngo-1985," kusho uMotaung kwi-website yeqembu.

Funda nalolu daba: Akasekho emhlabeni umqeqeshsi wodumo

"Sazuza okuningi ngaphansi kukaTed, sanqoba izinkomishi eziningi ngama-80s.”

Uphinde wabalula nokuthi ngesikhathi egcina ukuqeqesha leli qembu uTed wathatha isicoco seligi kabili amasizini elandelaka, ngeka-2003/4 nangeka-2004/5, kubika iKickOff.com.

UMotaung ubesekhalisana nomndeni, abangani kanye nabatnandi bobhola bonke ngokudlula emhlabeni kulaTed.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.