Sebekhethiwe abahamba phambili kwesoMvikeli woMphakathi

2016-07-13 19:01

Cape Town – Iphini likaMvikeli woMphakathi u-Advocate Kevin Malunga, umahluleli wenkantolo enkulu eWestern Cape uSiraj Desai kanye nePhini likamqondisi wezokushushisa kuzwelonke uWillie Hofmeyr yibona abahamba phambili ekuthatheni izintambo kuThuli Madonsela.

Ikomidi okuyilona elibhekene nomsebenzi wokuqasha ozothatha lesi sikhundla likhetha kwizicelo ezingu-60, kanti manje asengu-14 amagama abantu abasele.

Inhlololwazi yalabo ababheke lesi sikhundla izovezwa kumabonakude ngomhlaka-11 Agasti.

Abanye abayingxenye yabangu-14 abasasele kulo mjaho walesi sikhundla umahluleli uSharise Weiner, uProfesa Bongani Majola, Advocate MT Goodman, Profesa Narnia Bohler-Muller, uMushing Lukhaimane, uBusisiwe Mkhwebane, Advocate Chris Madibeng Mokoditwa, Advocate Nonkosi Princess Cetywayo, Mhlaliseni Mthembu, Jill Oliphant kanye no-Kaajal Ramjathan-Keogh.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.