Sebefinyelele esivumelwaneni abashayeli bamabhasi nenkampani

2016-07-12 19:11

Johannesburg-Isiteleka samabhasi esesithathe cishe izisuku ezinhlanu sesiyaphela.

Lokhu kulandela isivumelwano esenziwe ngoLwesibili ntambama phakathi kwenkampani Kanye nenyunyana yabasebenzi.

Abashayeli bamisa ukusebenza ngoLwesihlanu ngaphandle baqala isiteleka.

Ngokusho kwenyunyana abashayeli bakhala ngezinto ezifana nokuhlolwa kwamabhasi.

Inkampani iMetrobus iqinisekisile ukuthi amabhasi azobe esebenza ngoLwesithathu kuyo yonke imizila, kubika iSABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.