Sebemenyezelwe osaziwayo abazophatha uhlelo kuma-Samas

2017-05-17 09:32

Johannesburg – Kulindeleke ukuba ube sezingeni eliphezulu umcimbi waminyaka yonke wokuklomelisa ngezindondo abaculi abavelele, ama-South African Music Awards (Samas), njengoba sekumenyezelwe nosaziwayo abazoba ngabaphathi bohlelo  uSomizi Mhlongo, ongumsakazi, kanye nosomahlaya uTumi Morake.

Umhlongo waziwa kakhulu ngezinhlelo zasemsakazweni, ikumabonakude kanye nemidlalo yase-theatre. Uzobe engaqali ukuphatha uhlelo kulo mcimbi njengoba nangonyaka odlule kwakunguyena ophethe uhlelo ebambisene nomunye usaziwayo ongumethuli wezinhlelo emsakazweni, uThando Thabethe.

OLUNYE UDABA:Asebuyele ‘ekhaya elidala’ ama-SAMA Awards

Ngakolunye uhlangothi uTumi Morake naye ukungusomahlaya oseke wawina izindondo kanti uyahlonishwa nanjengomethuli wezinhlelo kumabonakude.

Oyi-CEO yakwa-RiSA, okuyinkampani ehlela lomcimbi, uNhlanhla Sibisi, uthi ithimba labo lisebenza kanzima ukuhlanganisa lo mcimbi abalindeleke ukuthi ube sezingeni eliphezulu. Uthi bayabathemba kakhulu oSomizi kanye noTumi ukuthi bazokwazi ukuthokozisa izethameli.

Lo mcimbi wama-Samas uzoba ngomhlaka-27 kuMeyi kanti uzosakazwa bukhoma kuSABC1 ngo-20:00. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.