Sebengu-11 abantu abadutshulwe babulawa

2017-09-30 13:36

Cape Town – Bangu-11 abantu osekuqinisekiswe ukuthi badutshulwe babulawa eMarikana, eKapa, kusho amaphoyisa ngoMgqibelo.

UBrigadier Novela Potelwa utshele iNews24 ukuthi isibalo sabashonile sesinyuke ngomuntu oyedwa ngemuva kokuba omunye walabo ebebelimele baangeniswa esibhedlela eseshonile.

"Singakuqinisekisa ukuthi sekushone omunye futhi umuntu ngenxa yokudutshulwa.”

Uthe amaphoyisa asephuthume eMarikana ePhillipi East.

OLUNYE UDABA: Isoka 'lidubule' labulala intombi noyise

"Sesijube amathimba ahlanganisa abaseshi nabezobunhloli. Sesiqalile ukusebenza kanti kulindeleke siqhubeke usuku lonke,” kusho uPotelwa.

"Njengamaphoyisa sicela umphakathi ukuba uze ngaphambili nemininingwane engaholela ekuboshweni kwabasolwa.

Kusenjalo amaphoyisa enza okusendleni ukubopha abathintekayo.

Phambilini kubikwe ukuthi bayishumi abantu abashonile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.