Sebengu-12 abashone kwesokudubula eLadysmith

2017-11-02 11:00

Ladysmith - Sesimi ku-12 isibalo sabandlule esigamekweni esenzeke ngoLwesibili okubulawe kuso isikhulu samatekisi, njengoba sekushone omunye uthisha.

Kwadutshulwa kwabulawa abantu abahlanu ababehamba ngeveni eyadutshulwa ngoshayasibhamu maqeda yaphaphalaza yayoshayisa iteskisi eyayithwele othisha.

Sesimi kwabayisikhombisa isibalo sababegibele itekisi asebeshonile, okubalwa nomshayeli.

OLUNYE UDABA:Izikhulu zikahulumeni zizovakashela eLadysmith

Amaphoyisa omgwaqo abophe amatekisi angu-64 ngoLwesithathu. Kuboshwe izimoto ezingekho esimweni sokuhamba emgwaqeni kanjalo nezisebenza ngaphandle kwamaphepha agunyaza ukusebenza kwezimoto emgwaqeni.

Kwabashone kulesi sigameko kubalwa uMuzikayifani Ngobese, 68, oyisekela likasihlalo kasoseshini wamatekisi aseKlipriver nendodakazi yakhe eneminyaka engu-38 ubudala, uNozipho Ngobese.

Ngezithuba zabo-07:00 ekuseni ngoLwesibili, oshayasibhamu ababelinde emahlathini entabeni kuMatiwaneskop Road bavulela ngenhlamvu bebhekise evenini yohlobo lweNissan eyayihamba lesi sikhulu kanye nabantu abane.

Umshayeli weveni, isikhulu, indodakazi yalesi sikhulu nonogada baso ababili baphelela endaweni yesigameko.

 - Ladysmithgazette

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.