Sebengu-33 ababulawe utshwala obunobuthi

2016-07-19 14:33

New Delhi – Sekushone abanye abantu abangu-12 ngemuva kokuphuza utshwala bokuzenzela obunobuthi  enyakatho yezwe laseNdiya, kusho izikhulu ngoMsombuluko, nosekubeke isibalo sabashonile ku-33 abanye besabangwa nezibi ezibhedlela.

Izisulu, zonke okungezase-Uttar Pradesh, ziqalwe ukugula ngoLwesihlanu ebusuku zaphuthunyiswa esibhedlela zikhala ngezisu, ziphalazi ezinye zingaboni nakahle emehlweni.

Funda nalolu daba: Zivuke umbhejazane iziboshwa zinikwa i-mash ejele

Iningi lezisulu bekungabantu abasebenza emapulazini, abahluphekayo, abangenayo imali yokuthenga utshwala ubunegama.

Amaphoyisa asebophe abasolwa ngokudayisa lobu tshwala, bathweswa icala lokubulala ngokungenhloso.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.