Sehlile isibalo sezingane ezishona zisanda kuzalwa

2017-08-01 12:29

Johannesburg - Sehle ngo-7% isibalo sezingane ezizalwa sezishonile noma ezishona ngesonto lokuqala zizelwe, ngokusho kombiko weStatistics South Africa.

Lesi sibalo sehle sisuka ku-22 900 ngo-2014 safinyelela ku-21 300 ngo-2015. 

Izibalo zitholakale emiqulwini yoMnyango wezaseKhaya. UPali Lehohla weStats SA, uthi izibalo zikhombisa ukwehla kanti iningi lezingane zifa ngenxa yesimo senhlanzeko ezizalwa ngaphansi kwaso, nokho esesibonakala sesingconywana manje.

OLUNYE UDABA: Uthi uzovota ngokukanembeza wakhe uGordhan

IGauteng neKwaZulu-Natal yizona zifundazwe ezinesibalo esiphezulu, bese iNorthern Cape ibe nesibalo esiphansi kunazo zonke ezinye izifundazwe.

Cishe u-70% wezingane ezishona ngalolu hlobo zishonela ezikhungweni zezempilo, ezifana nezibhedlela.

Izingane eziningi zishona ngoMashi nangoMeyi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.