Sekubanjwe isiboshwa esisodwa kwezine ezeqa ejele, E.Cape

2018-01-17 17:59

eMdantsane - Isiboshwa esineminyaka engu-22 ubudala sibuye saboshwa ngemuva kokweqa ejele nezinye iziboshwa ezintathu.

USandile Vena ubanjwe wuphiko lweKing Williams Town Flying Squad lubambisene nophiko lwe-K9.

Lo mlisa uvele phambi kweMantshi yaseMdantshane ngoLwesithathu ngecala lokweqa.

UVena weqa nezinye iziboshwa ezintathu ejele lase-East London ngesonto eledlule.

OLUNYE UDABA:Kushone iziboshwa ezingu-9 kuliwa ejele

Okhulumela amaphoyisa uKaputeni Siphokazi Mawisa uthe amaphoyisa alandele umkhondo walaba, kanti uVena ubanjwe ngoLwesibili emini endaweni yasePeelton.

UVena udonsa isigwebo seminyaka engu-23 ngamacala okudlwengula, ukugebenga kanye nokuthumba.

Unelinye icala elisaqulwa eKing Williams Town.

Ezinye iziboshwe ezeqa noVena ezingakabanjwa nguLihle Zikholisile, 19, odonsa isigwebo seminyaka engu-35 ngokuphanga, wukugqekeza, wukudlwengula. UNorman Mukunuwendo, 22, odabuka kwelaseZimbabwe odonsa isigwebo seminyaka engu-15 ngecala lokugebenga ngenhloso yokulimaza kanye noPhikolomzi Sonakele, 23, odonsa iminyaka engu-12 ngecala elifanayo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.