Sekuboshwe ababili ngokuhlasela abosizo lokuqlaa eKapa

2016-07-22 13:31

Cape Town - Sekuboshwe amadoda amabili ngokuhlasela abosizo lokuqala emjondolo yaseHappy Valley eKapa.

Owezimo eziphuthumayo eWestern Cape uPumzile Papu uthe kubosjwe amadoda amabili ngokubandakanyeka esigamekweni sangoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Kuhlaselwe abosizo lokuqala beyosiza isiguli

Abosizo lokuqala babephuthuma kwisiguli ngesikhathi ngesikhathi behlaselwa yiqembu lamadoda ayehlomile.

Omunye wabosizo lokuqala wagwazwa imot yabo yacekelwa pansi baphinde babanjwa inkunzi.

UPapu uthi ababoshwe ngemuva kokuba ilungu lomphakathi lincinze amaphoyisa indlebe, kubika i-EWN.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.