Sekuboshwe osolwa ngokuba wungqondongqondo kwelokweba

2017-03-24 18:01

Johannesburg – Sekuboshwe owesilisa okusolwa ukuthi nguye ungqondongqondo esigamekweni sokwebiwa kwamakhompyutha angu-15 ehhovisi leNhloko yamaJaji, kusho amaphoyisa ophiko loKlebe.

Okhulumela oKlebe u-Athlnda Mathe utshele iNews24 ukuthi uNkosikazi Msimango uboshwe ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Kuqiniswe ezokuphepha kumajaji akuleli kulandela esokwebiwa kwamakhompyutha

UMathe akakwazanga ukucacisa ukuba umsolwa uzinikele emaphoyiseni noma uboshwe ngamaphoyisa yini.

Udaba oluphelele luyalandela.

Lokhu kwenzeka nje ngoLwesithathu lowo bambe njengoKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke, uLieutenant General Khomotso, waqinisekisa ukuthi sekuboshwe abasolwa abathathu eMamelodi mayelana nesigameko sakamuva sokugqekezwa kwamahhovisi eNhloko yamaJaji eMidrand.

Ngempelasonto uPhahlane udalule ukuthi kunethimba elihlanganisa izinhlaka ezihlukene eliphenya ngalesi sigameko sokugqekeza kanye nokweba esenzeka ngezikhathi zasekuseni ngoMgqibelo.

Kwantshontshwa amakhompyutha angu-15 aqukethe ulwazi oluyimfihlo ngawo wonke amajaji aseNingizimu Afrika, abasebenzi bezobulungiswa kanye nezinkantolo zonke.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.