Sekubulawe omunye umuntu wesifazane ePhoenix

2016-08-15 16:02

Durban - Sekubulewe omunye umuntu wesifazane ngesihluku endaweni yasePhoenix eNyakatho neTheku.

Owesifazane oneminyaka engu-34 ubudala ugwazwe amahlandla amaningi ngaphambi kokugqenywa ngesando ekhanda ePalmview.

OLUNYE UDABA: Kutholwe owesifazane ebulewe

Kusolwa ukuthi amadoda amabili angena emzini wakhe azama ukweba impahla engaboni ukuthi kukhona okhona endlini.

Lesi yisigameko sesithathu esibandakanya owesifazane endaweni yasePhoenix kule nyanga.

Ngesonto eledlule kwatholwa owesifazane oneminyaka engu-84 ubudala eshonile emzini wakhe osendaweni yaseClayfield, omunye wadutshulwa amahlandla amathathu yisoka lakhe elaqeda lazibulala nalo.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal uNqobile Gwala uthe lezi zigameko ziyakhathaza ikakhulukazi njengoba izwe libungaza inyanga yabantu besimame, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.