Sekubulawe omunye umvukuzi - NUM

2018-03-26 14:00

Johannesburg - Inyunyana iNational Union of Mineworkers ngoMsombuluko, ithe ikhathazeke kakhulu ngokudlula emhlabeni komunye umvukuzi emayini iSibanya-Stillwater's Khuseleka, eRustenburg, ngoLwesihlanu olwedlule.

"Kusukela ngoJanuwari kulo nyaka, sekushone abavukuzi abangu-16 kulo mkhakha kanti eStillwater's sekushone abahlanu," kusho uSihlalo wezokuphepha wenyunyana uPeter Bailey.

OLUNYE UDABA:Kutholakale izidumbu ezimbili emayini

"Lokhu okuqhubeka eSibanye Stillwater sifuna kusukunyelwe ngokushesha. Isigcino ukubulawa kwabasebenzi kuzogcina sekuyinto eyejwayelekile."

 - IVIDEO:

  - African News Agency



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.