Sekunxuswe uMalema ukuba abike ngesenzo samaphoyisa

2016-04-04 16:03

Johannesburg - UNgqongqoshe wamaphoyisa uNathi Nhleko usenxuse umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema ukuba abikele iziphathimandla ezifanele ngesenzo samaphoyisa.

Lokhu kungemuva kokuba uMalema ethe umiswe amaphoyisa abehlome eyizingovolo kuGreayston drive ngaseSandton ngeSonto ebusuku.

Funda nalolu daba: Usehlala ngokwesaba 'ogwazwe' yindodana

Ubesendleleni eya emhlanganweni weqembu eSoweto ngesikhathi sesehlakalo, kubika iSABC.

UMalema kuthiwa uphume emotweni, waxwayisa amaphoyisa ngokuziphatha kwawo ngaphambi kokuba ahambe. Okhulumela uNhleko, uMusa Zondi uthi: "Ngaphandle kombiko kwenza kubenzima ukuphenya, kufinyelelwe esisombululweni ngalento. Enye into abangayenza ukuthi babikele i-Ipid okuyiyona ephekana nokuziphatha kwampahoyisa eaphula umthetho.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.