Sekuphele isonto ugesi ungekho emaphoyiseni

2016-07-08 16:03

Kwamakhutha -  Sekuphele izinsuku eziyisithupha ungekho ugesi esiteshini samaphoyisa kwaMakhutha. kubika iSOLEZWE.

Izingcingo azisebenzi kanti ne-generator yakhona ayisasebenzi kahle. Lokhu kwenza kube nzima kakhulu ukusebenza.

Amadokodo ahanjiswa ngeveni kwesinye isiteshi esingumakhelwane ukuze azofakwa ekhompyutheni abantu bazokwazi ukuthola izinombolo zecala.

UNelisiwe Majola oyisakhamuzi kule ndawo uthe: "Sabona ngomsombuluko ukuthi awukho ugesi esiteshini samaphoyisa ngesikhathi siyovula icala. Sifike kumnyama. Amaphoyisa asitshela ukuthi silinde izinsuku ezimbili ukuze sithole inombo yecala ngoba amakhompyutha ayengasebenzi."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.