Sekuphinde kwabulawa omunye umuntu ehostela

2017-08-04 07:24

Durban – Sekuphinde kwabulawa omunye umuntu ehostela laseGlebelands eMlazi, KwaZulu-Natal.

Amaphoyisa athi owesifazane oneminyaka engu-30 ubudala udutshulwe wabulawa ngabantu abangaziwa ngoLwesine ebusuku.

Kuthiwa abasolwa abangaziwa bangene egunjini lakhe bavulele ngenhlamvu.

OLUNYE UDABA: Kushiswe inqwaba yezimoto enkapmanini yaseRichards Bay

Okwamanje asaziwa isizathu sokubulawa kwakhe.

Lona wesifazane uyisisulu sika-92 ukubulawa kuleli hostela esikhathini esiyiminyaka emibili.

Kuze kube manje akukaze kugwetshwe noyedwa umuntu ngalezi zigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.