Sekuqinisekiswe ukuxoshwa kwezintatheli kwaSABC

2016-07-18 20:31

Durban - Yize ingakangeni imininingwane ephelele ngalolu daba kodwa sekuqinisekisiwe ukuxoshwa kwezinye zezintatheli ebezimiswe inhlangano i-SABC.

Lezi zintatheli ezine ezixoshiwe uFoeta Krige, Suna Venter, Krivani Pillay noJacques Steenkamp. 

USuna Venter utshele imithombo ye-News24 ukuthi: "Lolu daba bazoludlulisela enkantolo enkulu ngoba kuyacaca ukuthi abaphathi beSABC abazimisele ukulalela izikhalazo zabo."

Lezi zintatheli zamiswa emsebenzini ngenyanga endlule ngokungalandeli ukwephula kwabo imithetho emisha yokusakaza imibhikisho kuleli.

OLUNYE UDABA:Izintatheli ezintathu eSABC zithweswe icala ngokuziphatha

Le nhlangano yakhipha umyalelo wokuthi ngeke kusasakazwa ngodlame olwenzeka uma kunemibhikisho. Laba kanye nabanye ozakwabo bamiswa ngezinsolo zokungalandeli le migomo.

Ngesonto eledlule lezi zintatheli zafaka isicelo esiphuthumayo kwinkantolo yomthethosisekelo ngemizamo yokunqanda iSABC ukuba ingaqhubeki nale migomo yayo emisha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.