Sekusele kancane iqembu laseSoweto lithobe abaphathi abasha

2016-05-11 14:27

Johannesburg - Isikhulu esiphezulu seMoroka Swallows, uLeon Prins, usekuqinisekisile ngokusho kweSoccer Laduma ukuthi sekusele kancane leli qembu lithole abaphathi abasha.

Kulandela isizini engabangayinhle kuNational First Division, amahlebezi abelokhu esabalale njalo okuthi lingase lithole abaphathi abasha ekupheleli kwesizini.

IDube Birds ilele kunombolo 15 ku-NFD, kanti isalelwe imidlalo emibili isonge isizini.

Funda nalolu daba: Umqeqeshi ufuna iqembu lakhe liqede ngaphezulu kweChiefs

Leli qembu laqoka uGordon Igesund ukuba alisize njengoba bekubukeka sengathi lizophinde lidliwe yizembe nakulesi sigaba, nokuyisinqumo okubukeka sengathi siyabasebenzela.

Kubikwa ukuthi inkampai eholwa uNgqongqoshe wezeMfnundo eGauteng, uPanyaza Lesufi, sekusele kancane ithenge leli qembu laseSoweto.

UPrins utshele iSoccerLaduma ukuthi akukhaphothulwa konke, kodwa sekusele kancane ukuba kuphothule isivumelwano.

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.