Sekutholakale izidumbu ezintathu zabantu abane abagcina ukubonakala kusha umkhumbi

2018-03-14 07:42

Johannesburg – Izidumbu ezintathu zezisebenzi ezine azagcina ukubonakala ngesikhathi kuqubuka umlilo emkhunjini iMaersk Honam e-Arabian Sea ngeledlule, sezitholakele.

Inkampani yaseDenmark ikuqinisekisile ngeledlule ukuthi owesilisa waseNingizimu Afrika ungomunye walabo abadukile, ngemuva kokukhishwa kwabantu emkhunjini.

"Kuyadumaza kakhulu ukusho ukuthi izidumbu ezintathu zezisebenzi ezine, ezagcina ukubonakala kuqubuka umlilo kwiMaersk Honam, sezitholakele. Okwamanje, ozakwethu abathathu abakahlonzwa,” kusho okhulumela iMaersk uSigne Wagner.

OLUNYE UDABA: Kubulawe isaguga, sathathelwa ibhayisikili

"Uma ubheka isikhathi esesidlulile nendlela owalimalanga ngayo umkhumbi, singasho manje ukuthi bashone bobane ozakwethu abagcina ukubonakala kusha iMaersk Honam. Yonke imindeni yazisiwe,” kusho uWagner.

UWagner uthe kuyaqhubeka ukuthungathwa kowesine ongakatholakali.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.