Sekutholakale ukuthi 'sabulawa ngepiki' isalukazi ekhaya labadala

2017-03-24 12:31

Johannesburg - Isaguga sasePort Elizebeth esashona ngemuva 'kokuwa ngesikhathi sihlaselwa yisifo sohlangothi' sekunezinsolo zokuthi sabulawa.

Lezi zinguquko ziza ngemuva kokuhlolwa kwesidumbu okudalule ukuthi lesi saguga sashaywa kanzima.

USandra Haupt, 72, watholwa egxiza igazi equlekile ekhaya labadala, etholwa ngumyeni wakhe, uPaul, 75, ngoLwesibili ntambama.

OLUNYE UDABA: Abazali bazoya enkantolo befuna inyuvesi ivulwe

Lesi saguga sashona sesiphuthunyiswa esibhedlela.

Ngaphambilini umndeni kaHaupt, izisebenzi zaseNazareth House namaphoyisa, babecabanga ukuthi imbangela yokushona kwakhe kwaba yingozi.

Kodwa manje amaphoyisa asekholwa ukuthi uHaupt washaywa kanzima ngepiki washiywa kanjalo endlini ayehlala kuyo eku-Upper Dickens Street.

 - Times Live

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.