Sekuvele ezithi usezithwele uZephany Nurse

2016-08-12 12:36

Johannesburg – Sekuvele izindaba ezithi lowo owathunjwa esibhedlela saseKapa enezinsuku ezintathu ezelwe ngo-1997, uZephany Nurse, ukhulelwe ingane yakhe yokuqala.

Udadewabo kaNurse, uLabeeqah Jordan, uqinisekise lezi zindaba ephephandabeni iThe New Age,

“Ubengalindele ukuthi angase akhulelwe, nokho akuyona into esingayifihla le. Sisanda kuthola nathi singumndeni ukuthi uzithwele.

OLUNYE UDABA: Uzithwele umlingisikazi weRockville

UNurse, 19, wahlala iminyaka eminingi ngaphandle komndeni wakhe ngemuva kokuthunjwa ngowesifazane owamkhulisa njengowakhe.

Lo mama kulindeleke ukuba agwetshwe ngoMsombuluko, kanti uMbuso ufuna athole iminyaka engu-15 esejele.

UNurse wathola umndeni wakhe ngemuva kokuthi uthisha aqaphela ukuthi kunengane efunda kwelinye ikilasi efana naye – kanti ngudadewabo wangempela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.