Sekuyahambeka ku-N2 kulandela umbhikisho eThekwini

2016-08-09 12:02

Durban - Umasipala waseThekwini uthi umbhikisho onodlame ngokubhidlizwa kwemijondolo eyakhiwe ngokungemthethio eThekwini iyinkathazo enkulu kodwa isimo njengamanje sikahle.

Lo mbhikisho wezakhamizi zasemjondolo eduzane naseCator Manor uqale ngempelasonto okwenze ukuthi kuvaleke umgwaqo omkhulu uN2 ophakathi kukaSwales noSpaghetti Junction ngoMsombuluko kwaphazamiseka ukuhamba kwezimoto.

OLUNYE UDABA: Kuqhubeka umbhikisho ku-M19 eThekwini

Lo mbhikisho uqhubekile namuhla nababhikishi ababalelwa kwabangu-50 bevale umgwaqo ngamathayi avuthayo.

Kukholakala ukuthi laba bhikishi abajabulile neze ngemuva kokuba iLand Invasion Unit yaseThekwini idilize imizi endaweni izolo.

Owamaphophoyisa akwametro uSteve Middleton uthe kubathathe isikhathi ukuqoqa emgwaqeni, kubika iNewswatch.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.