Sekuze kwamfica ukufa usomatekisi obekade ezingelwa

2016-07-28 20:31

Vryheid -Kudutshulwe kwabulawa usomatekisi kwisigameko esimataniswa nempi eqhubekayo yamatekisi eFilidi, kubika iVryheid Herald.

U-JP Khumalo oyingxenye kasoseshini wamatekisi kule ndawo udutshulwe wabulawa ngoLwesibili ntambama.

OLUNYE UDABA:Asagcwele amathafa amadoda abulale usomatekisi eGoli

Kuthiwa uKhumalo ubehamba ngemoto wama eyothenga ummbila emgwaqeni kanti ngesikhathi esebuyela emotweni ubesephelezelwa uhide lwezinhlamvu.

Imoto yakhe itholakale inezimbobo eziyishumi zenhlamvu. Bekungasikona okokuqala ukuhlaselwa kukaKhumalo ngoba imibiko ikhomba ukuthi kudala ezingelwa kodwa engabambeki.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.