Seliphethiwe icala leKaizer Chiefs kanye nomdlali

2016-11-15 16:01

Durban -  IJaji uBernard Ngoepe uyalele iSoccer Laduma ukuba ixolise kumdlali weKaizer Chiefs kanye naleliqembu.

Lokhu kumayelana nesiqephu esabhalwa yintatheli yaleli phepha uPatric Baloyi ngokuthi waba nengxoxo nomdali uLucky Baloyi.

OLUNYE UDABA:Ibhola lingakumisela ngenhliziyo uma unganakile – Umqeqeshi

Lo mdlali kanye neqembu lakhe bafaka isikhalazo kumkhandlu owengamele ibhola ngokuthi lo mdlali akakaze abe nengxoxo nale ntatheli.

Ngesikhathi kubuzwa ngale ngxoxo, intatheli yafunga yagomela ukuthi yabakhona le ngxoxo futhi wathulela ne-afidavithi efunga ukuthi yenzeka.

Yize kunjalo, ngemuva kwezinyanga eziyisishiyagalombili kuqulwa leli cala, umkhandlu uvune lo mdlali kanye naleli qembu.

Abathandi bebhola baligxeke kabi leli phephandaba basho nokuthi leli cala akulona lokuqala futhi akulona elokugcina.

Yize lixolisile, kodwa lokho besekufana nokuthela amanzi emhlane wedada, kubika iCitizen-Phakaathi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.