Selixolisile ilungu lePhalamende elezwakala ligqugquzela ukushaywa kwabesifazane

2018-03-15 14:02

Kampala -  Ilungu lePhalamende e-Uganda lixolisile ngoLwesithathu kulandela ukukhuthaza amadoda ukuba aqondise amakhosikazi awo izigwegwe ngokuwashaya, okungamazwi asusa umsindo kuleliya lizwe.

Ilungu lePhalamende, u-Onesmus Twinamasiko, ubhalele iPhalamende incwadi ezwakalisa ukuphikisana nakho konke ukuhlukunyezwa kwabesifazane.

"Ngicela namukele ukuxolisa kwami malungu ahloniphekile nawo mphakathi, ikakhulukazi bantu besifazane.”

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe umqwayizi owebela ikhasimende imali

Ukuxolisa kwakhe kulandela ingxoxo yakhe ne-NTV ngoMashi 8, lapho athi khona: “Njengendoda kumele umqondise izigwegwe umkakho, kumele umthintathinte nje, ukuze abuye endleleni.”

Khonamanjalo, umbiko kahulumeni kuleliya lizwe owashicilelwa ngo-2016 uveza ukuthi oyedwa kwabahlanu besifazane uyahlukunyezwa ngokushaywa noma ngokocansi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.