Selubekiwe usuku lokuqala kokuthengwa kwabadlali

2016-12-29 08:04

Johannesburg - Lizovulwa ngoJanuwari 3 iwindi lokuthengwa kwabadlali ku-PSL njengoba amaqembu efuna ukuqinisa izikwati zawo esigabeni sesibili sesizini.

Iningi lamaqembu lizobe lifuna ukuqinisa izikwati ngenhloso yokuthola izinkomishi noma ukuzama ukuvika ivembe.

OLUNYE UDABA:  IPirates izingela oweThanda

Kumanje kunemibiko ematanisa abadlali abathile namaqembu athile, njengoba kubikwa nokuthi uRheece Evans weMamelodi Sundowns uzojoyina i-Ajax Cape Town kanti nesivumelwano sesenziwe.

Ngokombiko weSoccer Laduma sekuqinisekisiwe ukuthi iwindi lokuthengwa kwabadlali lizovulwa ngo-09:00 ekuseni mhlaka 3 Januwary 2017 bese livalwa phakathi kwamabili, ngoLwesibili mhlaka 31 Januwari.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.