Seluliwe isigwebo sowashaywa ngoswazi oluncane ngokudlwengula indodana

2018-03-29 14:01

Johannesburg - Uhulumeni kaMengameli Emmerson Mnangagwa ubhekene nezinkinga njengoba othisha befuna ukwenyuselwa amaholo ngo-100%, ngokusho kombiko.

Ngokubika kwe-New Zimbabwe.com, inyunyana yothisha inqumele uhulumeni ugwayi katiki, yathi bazoteleka uma izimfuno zabo bengazitholi ngesigaba esizayo sonyaka.

IFederation of Zimbabwe Educators Union ibenombhikisho eHarare ngoLwesibili mayelana nezimfuno zabasebenzi.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa azophuma ngobuningi bawo kule mpelasonto

Incwadi yezikhalazo ibizonikezwa uNgqongqoshe uSimbarashe Mumbengegwi, kodwa akakwazanga ukuhlangana nabo.

Ngokusho kwe-AFP, uhulumeni kaMnangagwa kumanje ubhekene nobunzima ekuxazulula isiteleka esesidonse inyanga mayelana namaholo nesimo abasebenza ngaphansi kwaso odokotela.

Imibiko ithi izibhedlela ezinkulu eZimbabwe ziyaphoqeleka manje ukuba zijikise iziguli, njengoba sekunakwa lezo ezisesimeni esibucayi kuphela ngenxa yesiteleka sodokotela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.