Sengikulungele ukuhola, kusho uDlamini-Zuma

2017-06-18 11:03

Johannesburg – Lowo owaphakanyiswa yi-ANC njengozongenela esokwengamela, uNkosazana Dlamini-Zuma, usebenzise ithuba lesimemo se-ANC Youth League, eLimpopo, ukwamukela isiphakamiso sokuba ngumengameli.

UDlamini-Zuma wamukelwe ngesasasa ePolokwane yize ebengekho lowo onguSihlalo we-ANC eLimpopo nophinde abe nguNdunankulu uStan Mathabatha, okukholakala ukuthi weseka uCyril Ramaphosa kwesikamengameli.

UDlamini-Zuma uhambele eMopani, Tzaneen naseVuwani, ngaphambi kokudlulela ePolokwane.

Wemukele ukuphakanyiswa kwegama lakhe okokuqala ngqa emphakathini ngesikhathi ekhuluma eJack Botes Hall, ePolokwane.

OLUNYE UDABA: Izingane zifundiswa ezikoleni ukuthi 'zizonde' i-ANC - Dlamini-Zuma

Uthe: “Ayikho indlela yokubalekela umsebenzi engiwunikezwe yi-ANC. Ngiyasamukela isiphakamiso segama lami.”

Ube esehlonipha lowo owayengumengameli we-ANC Youth League (ANCYL) uPeter Mokaba wanxenxa intsha ukuba ihambe ezinyathelweni zakhe uMokaba, owayengesabi lutho futhi ehlonipha.

“Ngeke ngithi fanani naye kepha zamani ukuba njengaye.”

UDlamini-Zuma ube esenxusa intsha ukuba ibambe iqhaza emzabalazweni wezithinta umnotho kanye nezenhlalakahle.

Thola udaba oluphelele lapha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.