Senyukile isibalo sabantu baseNingizimu Afrika

2017-08-01 14:07

Johannesburg - Isibalo sabantu baseNingizimu Afrika sikhule ngabantu abangaphezu kuka-900 000 kusukela ngo-2016 kuya maphakathi nonyaka ka-2017, kanti manje sebelinganiselwa ku-56.52 million abantu bakuleli.

Lo mbiko ungowaminyaka yonke kanti ukhishwa maphakathi nonyaka yiStatistics South Africa.  

U-51% wabantu bakuleli bangabesifazane, kanti u-49% ngabantu besilisa.

OLUNYE UDABA: Uvalo endaweni kutholakala izidumbu zamadoda amane

Abantu abamnyama namanje kusayibona abaningi kakhulu kuleli, njengoba bengu-81%, balandelwe amakhaladi angu-9%, kube abelungu abangu-8% balandelwe abaseNdiya abangu-2%.

UPali Lehohla weStats SA uthi isibalo sabantu abaneminyaka engaphezu kuka-60 siyakhula, kodwa esabantu abaneminyaka engu-15 kuya ku-34 ubudala, siyaqhubeka nokwehla.

Uphinde wathi abesifazane sebekhetha ukungabi nezingane eziningi manje.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.