Senyukile isibalo sabashone engozini yesitimela

2016-07-13 17:31

Italy – Sesinyuke safinyelela ku-27 isibalo sabantu abashone ngesikhathi kushayisana izitimela e-Italy njengoba abatakuli bechithe ubusuku bonke betakula.

Abashushisi sebeqale uphenyo kanti uNdunankulu uMatteo Renzi uthembise ngokuthi izosheshe itholakale imbangela yale ngozi eyenzeke ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Kushone 12 engozini yesitimela eKenya

Abatakuli basaqhubeka nokuthungatha umshayeli wesinye sezitimela esibandakanyeke engozini eyenzeke phakathi kwaseCorato nase-Andria.

Omunye umshayeli utholakale eshonile.

Abatakuli baveze ukuthi balindele ukuthi lesi sibalo siqhubeke nokukhula.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.