Senze amaphutha awubuwula - Komphela

2016-11-20 11:01

Johannebsurg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs, uSteve Komphela, uthi isizathu sokwehlulwa kwabo kube ngamaphutha ngesikhathi bebhekene neMamelodi Sundowns.

AmaBrazilian abekade elandela emuva kodwa agcina ngokunqoba ngo-2-1 emdlalweni obuseLoftus ngoMgqibelo ntambama.

“Ngicabanga ukuthi intshisekelo ibikhona, kubenesikhathi lapho khona besidlala kahle kakhulu uma siya phambili, bebenokwezethemba,” kusho uKomphela.

OLUNYE UDABA: IChiefs idinga umgadli - Stiga

“Ngokwethu, nakuba kumele inconywe iSundowns ngokuwina umdlalo, ngicabanga ukuthi senze amaphutha awubuwula.

“Okokuqala nje, besisanda kushaya igoli, bekudingeka sehlise umoya, sikwazi ukulawula umdlalo, kodwa sehluleka ukwenza lokho njengoba noSbuiso Khumalo ebengaphandle. Kodwa-ke ukungabikho komdlali oyedwa akumele kwenze umehluko omngako.”

“Nangegoli lesibili futhi, sehlulekile ukuthatha ibhola, bahamba bayoshaya igoli.

"Uma ungenelwa amagoili anjalo, kunzima ukwamukela”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.