Senziwe ihlaya isenzo seKaizer Chiefs ngomdlali

2016-07-07 17:31

Durban – Kuthiwa iphenduke ihlaya iKaizer Cheifs ngokuba yizinqonqela ekubeni ibifuna umdlali obegaqelwe nayiMamelodi Sundowns, uLucky Mohomi.

IFree State Stars yadedela iChiefs neDowns ukuba baxoxisane nalo mdlali, kuthi uma sebevumelene babuyele ezikhulwini zeqembu.

Kuthiwa kwathi sekuyiwa ezingxoxweni zemali, iDowns yakhipha u-R5 million ngalo mdlali kwathi iChiefs yabeka u-R2 million etafuleni.

OLUNYE UDABA: Naba abadlali abasha beKaizer Chiefs...

“Izikhulu zavele zayikha ngensini iChiefs, yenziwa inhlekisa ngesenzo sayo sokuba ngongoqo nemali,” kusho umthombo.

Umthombo uqhuba ngokuthi uMohomi ugcine ngokuya kwiSundowns, kepha ngeke adalule ukuthi uthengwe ngamalini.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iLANGA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.