Sesimi ku-143 isibalo sabashona eLife Esidimeni

2017-11-10 16:01

Johannesburg - Sesinyuke safinyelela ku-143 isibalo seziguli ezazihlala eLife Esidimeni ezashona ngesikhathi nangemuva kokuthuthelwa kwezinye izikhungo eGauteng.

Lowo ongumehlulelio wezempilo uSolwazi Malegapuru Makgoba wacelwa ukuba abuyekeze isibalo seziguli ezashona ngemuva kokushayisana kwemibiko ngesikhathi kuqhubeka izigcawu zokwethula ubufakazi ngokwenzeka.

Ngesikhathi kuqalwa lezi zigcawu, isibalo sabekwa ku-141 seziguli ezashona kanti ezinye ezingu-59 azaziwa.

Isibalo sokuqala sikaMakgoba sasingu-118, kepha uma sekubalwa neziguli ezashona kwaze kwaba nguSepthemba 2017, lesi sibalo sesinyuke safinyelela ku-143.

OLUNYE UDABA: Sezingu-141 iziguli zase-Life Esidimeni esezishonile

Ngokwezibalo zikaMakgoba, zingu-29 iziguli ezashona eCullinan Care and Rehabilitation Centre, e-Anchor naseSiyabadinga, okuyizikhungo ezakhiwe egcekeni elilodwa.

Iziguli ezingu-38 zashona eMosego naseTakalani eSoweto, kwathi ezingu-20 zashona ePrecious Angels ezinye ezingu-13 zashona eTshepong.

Lezi zikhungo ezine kwashona cishe u-80% weziguli kuzona ngesikhathi zisuswa eLife Esidimeni, ngokusho kukaMakgoba.

"Lezi yizindawo lapho okwashona khona abantu abaningi," esho.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.