Sesingene esontweni lesithathu isiteleka samabhasi

2018-05-07 09:32

Abe-Golden Arrow Bus Service bathi konke ukusebenza kwabo kusamisiwe eKapa njengoba sisaqhubeka isiteleka samabhasi.

Lesi siteleka sesingene esontweni lesithathu.

Abasebenzi bafuna abaqashi babakhuphulela ngo-9.5%s ngo-2018 bese ihlala ku-9% ngo-2019.

OLUNYE UDABA: Uyavela owabanjwa nesikhwama esigcwele imali e-OR Tambo

Okhulumela abeGolden Arrow uBronwynne Dyke-Beyer unxuse bonkje abagibeli babo ukuba bawagcine amathikithi abo enyanga azosebenza uma sekuqhubeka umsebenzi.

"Zisaqhubeka izingxoxo nezinyunyana ezimele abasebenzi. Sithanda ukuxolisa kakhulu ngokuphazamiseka kubagibeli bethu ngalesi sikhathi."

Ukusebenza kwe-MyCiti Bus Service nakho kusamile kuze kuphele lesi siteleka. 

Abagibeli bathibacela ukwenzelwa ezinye izinhlelo zokuhamba ngalesi sikhathi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.