Sesinyukele kwabayisikhombisa esababulawe umlilo

2016-08-17 17:31

Johannesburg – Sekuboshwe owesifazane wesikhombisa ngemuva kokushiswa wumlilo eSuikerbosrand, ngaseHeidelberg.

URoleta Lebelo, oyinhloko yezokuxhumana eMnyangweni wezolimo nokuthuthukiswa kwezindawo zasemakhaya eGauteng, ukuqinisekisile ngoLwesithathu ukuthi sekushone esinye isisulu.

Abesifazane abangu-9 bavaleleka emlilweni wequbula esiqiwini ngaseHeidelberg ngoMsombuluko odlule. Babesika utshani ngaleso sikhathi.

Funda nalolu daba: I-EFF neDA bahehe kakhulu intsha okhethweni - Ucwaningo

Oyedwa kubona washonela endaweni yesehlakalo kanti abahlanu bashonela esibhedlela ngemuva kwezinsuku ezimbili.

ULebelo uthe abesifazane ababili bona basesimeni esethembisayo esibhedlela ngemuva kokudluliselwa eBaragwanath hospital.

- IOL

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.