Sesinyukile isibalo sabashone engozini yesitimela

2018-01-04 18:08

eGoli – Amaphoyisa esifundazwe saseFree State aqinisekise ukuthi sesinyukile isibalo sabantu abashone engozini eyenzeke eKroonstad.

Lesi sibalo sabashonile sesihleli ku-18 kanti amaphoyisa athi kungenzika ukuba sikhuphuke ngokuhamba kwesikhathi ngoba usaqhubeka umsebenzi wokutakula abagibeli abavalelekile.

Cishe bangu-268 abalimale kule ngozi ebandakanta iloli nemoto encane kanye nesitimela.

Lesi sitimela sokheleke ngomlilo ngesikhathi sishayisana neloli.

Yize ilangabi lisheshe lacinywa, lesi sitimela sisalele ngohlangothi njengoba abezimo eziphuthumayo kanye namaphoyisa asebenza ngokuzikhandla ukutakula abantu ukuze sizovuzwa lesi sitimela.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Sesihleli ku-12 isibalo sabashone engozini ebandakanya isitimela

Ngokusho kwabakwa-Metrorail, lona akuwona umsebenzi omncane njengoba nalesi sitimela besigcwele siphuphuma.

Lesi sitimela besisuka ePort Elizabeth silibangise eGoli ngesikhathi kwenzek ale ngozi kanti manje, abantu sebethuthwa ngamabhasi ukuze bafikiswe eGoli.

UNgqongqoshe wezokuThutha kuZwelonke uJoe Maswanganyi utshele abezindaba ukuthis on the scene and is expected to brief the media.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.