Sesinyukile isibalo sabashonile ngenxa yesiphepho eKapa

2017-06-07 19:31

Cape Town - Sesimi ku-8 isibalo sabashone njengoba kunesiphepho eKapa nakwezinye izingxenye zesifundazwe iWestern Cape.

Kushone abantu abangu-4 ngesikhathi kusha umuzi epulazini iSimons Vlei eliseduzane nasePaarl, kwashona abantu abathathu emlilweni eRheenendal osabalale yonke indawo ngenxa yesivunguvungu somoya.

ELavender Hill eCape Flats, kushone indoda, 60, ngesikhathi iwelwa umjondolo.

OLUNYE UDABA:Kuphephuke iMall, amakhaya angu-800 ahlaselwa yizikhukhula eKapa

Kusale dengwane abantu abangu-1000 kulandela izikhukhula ezinamandla emjondolo eseduzane naseHout Bay.

Kuphephuke uphahla emzini emnini endaweni yaseStrand, eKalkfomntein, eDelf, eMfuleni naseMandalay.

Isivunguvungu somoya siphinde saphephula uphahla enxanxathela yezitolo iCavendish Square, kwaholela ekutheni kuvalwe imigwaqo esendelene nale mall.

Isikhulumi sohulumeni basekhaya esifundazweni uJames-Brent Styan, sithe, bazoqhubeka nokuqhapha isimo.

"Besithemba ukuthi angeke kufike kulesi simo, sihlezi sizama ngakho konke okusemandleni ukukugwema lokhu. Ngakho-ke sizoqhubeka nokuqapha isimo."

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.