Sesiphelile isiteleka semboni kaphethiloli

2016-08-17 19:00

Johannesburg - Sesiqede isiteleka sabasebenzi bemboni kaphethiloli isivumelwane esiphakathi kwe-National Petroleum Employers’ Association (NPEA) nabeChemical‚ Energy‚ Paper‚ Printing‚ Wood and Allied Workers’ Union (Ceppwawu).

"Isivumelwano sisayindiwe kanti isiteleka siphele namuhla," kusho iPhini likaSihlalo weNPEA uZimisele Majamane ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Kungenzeka siphele kusasa isiteleka sabemboni kaphethiloli

Isiteleka ebesesinamasonto amathathu siphazamise ukusebenza ezindaweni eziningi.

Kuvunyelwane ngokuthi abasebenzi bazonyuselwa amaholo ngamaphesenti angu-7, hhayi u-9% obufunwa ngabasebenzi.

"Lesi yisivumelwano seminyaka emibili sika-7% kunyaka wokuqala (kusukela ngomhlaka-1 Julayi) kunyaka wesibili kuzoba yi-consumer price index (CPI) ka-Ephreli kubalwa nokukhuphuka kwayo ngo-1.5%, kubika iSowetanLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.