Sesiphinde sagetshengwa isikole saseTshwane

2018-03-29 19:30

eTshwane -  Kuthiwa umbani awushayi endaweni eyodwa kabili, kodwa isikole samabanga aphakeme eTshwane sizithole sigileka kabili ngesonto elilodwa.

Izinswelaboya zagasela kulesi sitolo seba ukudla, amakhompyutha kanye nama-laptop ezinsukwini ezimbalwa ezedlule.

NgoLwesine, uMnyango wezeMfundo eGauteng ukhiphe isitatimende mayelana nokugetshengwa okwesibili kwalesi sikole.

OLUNYE UDABA:Umndeni uthi uyamxolela owesilisa owabulala abashana efuna ingcebo

Lo mnyango uthi isikole iDr WF Nkomo High School esise-Atteridgeville sibuye sagetshengwa ukudla ngoLwesiithathu.

"Siphoxeke kakhulu ngalokhu okwenzile. Indlela izigebengu ezenza ngayo ezikoleni zethu,"kusho uNgqongqoshe wezeMfundo kulesi sifundazwe uPanyaza Lesufi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.