Sesizokhishwa isinqumo ngelobuholi benkonzo yamaNazaretha

2016-05-20 17:03

Durban - Sekuphele iminyaka emihlanu inkantolo eNkulu yaseThekwini ilalele udaba lobuholi bebandla lamaNazaretha, kubika iSolezwe.

Umehluleli okunguyena obelalele leli cala u-Achmet Jappie uthe isinqumo uzosehlisa ngomhlaka 2 kuNcwaba 2016, lo mahluleli uthe uzonaba ngesinqumo sakhe ngalolu suku alubekile.

Okunye okubangwa kuleli cala indaba yencwadi okuthiwa iyona eshoyo ukuthi iNkosi uVela "Msebeyelanga" Shembe uyena okumele ahole leli bandla.

OLUNYE UDABA:UShembe ugile izimanga ehostela - Umbiko

Lo mahluleli umelwe umsebenzi wokunquma ukuthi ngempela le ncwadi yakhishwa iNkosi uThingo, nokuyinto ezovuna inkosi uVela.

Okunye okuzohambisana nesinqumo salo mehluleli, udaba lwesimemezelo esenziwa iNkosi yamaQadi uMqoqi Ngcobo lapho abeka khona iNkosi uMduduzi "Nyazilwezulu" Shembe, kanti lesi sinqumo isona esizonika uNyazi igunya lokuhola leli bandla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.