Sezihlonziwe izidumbu ezitholwe zishile eGauteng

2017-06-06 12:30

Johannesburg - Abantu abathathu abatholwe beboshwe izandla nezinyawo bevalwe nemilomo futhi beshisiwe eCenturion ngoMsombuluko, sebehlonziwe.

Ilungu lomndeni, elingathandanga ukudalulwa igama lalo, litshele iNews24 ukuthi bahlonzwe ngokusebenzisa imininingwane yabo yamazinyo.

"Udadewabo kale ndoda ungudokotela wamazinyo kanti uye emakhazeni ngoMsombuluko wafike wabahlonza ngemininingwane yabo yamazinyo ngaphandle kokungabaza," kusho ilungu lalo mndeni. 

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala umqashi wakhe ngesihluku

NgoMsombuluko uKay Makhubela utshele iNews24 ukuthi ngoLwesibili ubengazi ukuthi umndeni usuzihlonzile izidumbu.

UMakhubela nakuba kunjalo uthe ngoMsombuluko izisulu kusolwa ukuthi zathunjwa emzini wazo oseNorthcliff.

Uthe umbiko uveze ukuthi indoda, owesifazane kanye nomunye osemncane basusiwe endaweni yeisgameko. Imoto yezisulu yohlobo lweMercedes Benz, inyamalele.

UMakhubela akakwazanga ukuqinisekisa ngoLwesibili ukuthi izidumbu ezitholwe eCenturion ngezomndeni okusolwa ukuthi wathunjwa na.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.