Sezingu-141 iziguli zase-Life Esidimeni esezishonile

2017-10-13 14:01

Johannesburg – Isibalo sezigulu esezishonile kuze kube manje kulandela isinqumo soMnyango wezeMpilo eGauteng sokususa iziguli eLife Esidimeni ziyiswe ezikhungweni ezizimele ezingenzi nzuzo ezingenazincwadi, sesinyukele ku-141.

Lokhu kushiwo uDkt Ernest Kenoshi, oyibamba lenhloko yoMnyango wezeMpilo eGauteng, ngesikhathi ethula ubufakazi ngoLwesihlanu eGoli.

"Siyazigcina izibalo zabo, lezi yizibalo ezinaso emabhukwini,” esho.

OLUNYE UBABA: I-ANC ngeke iphawule manje ngesinqumo senkantolo ngoZuma ne-NPA

"Akuyona neze into elula [ukugcina izibalo]," kusho uKenoshi.

NgoLwesine, uMalebona Precious Matsoso, ongumqondisi jikelele woMnyango wezeMpilo kuzwelonke, uthe zingu-59 iziguli ezingakahlonzwa namanje.

Uphinde wathi nakuba kuneziguli ezingakahlonzwa, imali yazo yesibonelelo sikahulumeni isakhishwa namanje.

Kuke kwavela nokuthi kunezidumbu zeziguli eziyisikhombisa ezingakahlonzwa muntu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.