Seziphonsa ithawula ngokwamukelwa izitabane zaseZim

2016-11-14 16:00

Harare – Zigobeke inkani izitabane zaseZimbabwe ngemizamo yokuthi yamukelwe ngokusemthethweni imishado yazo.

Lokhu kulandela inkulumo yePhini likaMengameli wezwe u-Emmerson Mnangagwa lapho atshele khona abe-United Nations Human Rights Council Working Group ukuthi izwe iZimbabwe ngeke ubuvumela ubutabane kuleliya lizwe.

"Ezintweni esibona zingamukelekile sibala izitabane kanye nezenzo zobutabane, lokho akukho semthethweni ezweni lethu."

Leli phini likamengameli lithe akhona amazwe ambalwa ase-Europe abacele ukuba bayicabangisise imigomo yabo ngabantu abafuna ukushada abobulili obufanayo kodwa waqinisekisa ukuthi ngeke ishintshe imigomo yabo.

OLUNYE UDABA:Zihlukanisile izitabane zodumo lomshado wesintu

Ngokusho kwephephandaba iNew Zimbabwe, uMgqondisi wenhlangano emele izitabane eyaziwa ngeGays and Lesbians of Zimbabwe (Galz) uChester Samba uthe: "Indaba yemishado yobulili obufanayo ayizange ikhulunywe nokukhulunywa.

"Kuvele kwasicacela ukuthi ngeke zamukelwe iziphakamiso zokucatshangelwa kwezitabane kuleli ngoba izwe lethu likubeke kwacaca ukuthi limi kuphi ngalolu daba, ngakho-ke besingalindele lutho oluhle kuhulumeni wethu," kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.