Seziqalile ukwakha kabusha izakhamuzi ezishelwe imizi eKapa

2018-03-15 07:32

Cape Town - Ikhansela lendawo yaseDunoon lithe amakhulu ezakhamuz ezilahlekelwe yimizi yayo emlilweni obumkhulu endaweni aseqalile ukuyakha kabusha.

Bangu-500  abantu abasale dengwane ngemuva kwaleli langabi elidale umonakalo omkhulu emjondolo yase-Site 5 ngoLwesibili.

UMalusi Booi uthe imindeni ilahlakelwe yimpahla yazo emlilweni.

OLUNYE UDABA:Ishe yangqongqa imijondolo eThekwini

Uthe iningi lichithe ubusuku nezihlobo ezihlala eDunoon, abanye basala endaweni yeisgameko beqoqa udoti.

"Njengamanje sesiqalile ukuhlinzeka ngempahla yokwakha. Indawo isihlanzekile kanti nezakhamuzi zisalinde enye impahla yokwakha."

Imbangela yomlilo namanje isaphenywa.

 - EWN
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.